Yima, thula
Mntwana mus' uk'khala
Uthando lwam ngolwakho wedwa
Mhhh
Ima, thula, baby mus' uk'khlala
Uthando lwami ngolwakho wedwa
Chorus
Baby buya (x2)
Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala ngomzwangedwa
Ukub' uyazi mntwan' omuntu
My love for you is true
Ngab' awung'buzi
Lemibuzo yonke ongibuza yona
Banomona bafuna sihlukane baby
Uthando lwami lungolwakho wedwa
Chorus
Baby buya (x2)
Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala ngomzwangedwa
Angisathandi mntan' omuntu
Ukuhlala ngikuncenga njalo
Ngob wena ukholwa abantu
Njalo (x8)
Kanti 'na uzongikholwa nini na?
'Indoda
Baby buya
My baby buya
Ye baby Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala nya ngomzwangedwa
Baby buya
My baby buya
Ngiyakucela ungangishiyi ngedwa
Repeat
Ngiyawusaba, ngiyawusaba, ngiyawusaba
Umzwangedwa
Oh lalalala. Ei yaya
Ngixolele, ngixolele mntanomuntu
Kodwa angenzanga lutho
Inkinga nje ukuthi ngiyakuthanda
And ngizinikele kuwe
Chorus
Baby buya (x2)
Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala ngomzwangedwa
Heavy K - Mzwangendwa Lyrics
Africa Music Lyrics
( If you find errors and need to make corrections, pls submit Here )